Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO

Umbhalo Waphansi

c Ukulandisa kusinika izibonelo ezimbili zalokho kweyisa. Esokuqala: uMthetho wacacisa ukuthi iziphi izingxenye zomhlatshelo okwakufanele zidliwe abapristi. (Duteronomi 18:3) Kodwa etabernakele, abapristi abakhohlakele babenza okuhlukile. Babeyala abalindi babo ukuba bavele bafake imfologo enkulu kugalaza owawubilisa inyama, bazikhethele amaqatha abawathandayo! Okwesibili, lapho abantu belethe imihlatshelo yabo ukuze ishiswe e-altare, abapristi abakhohlakele babeyala umlindi ukuba adelele onikelayo, afune ngenkani inyama eluhlaza ngisho nangaphambi kokuba amafutha alowo mhlatshelo anikelwe kuJehova.—Levitikusi 3:3-5; 1 Samuweli 2:13-17.

Zulu Publications (1975-2025)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela