Umbhalo Waphansi
c INCAZELO YEZITHOMBE: Ezweni lapho oFakazi bengakwazi ukushumayela khona ngokukhululekile, umzalwane ngobuhlakani uxoxa ngezindaba ezinhle nomuntu ajwayelene naye. Kamuva, ngesikhathi sekhefu emsebenzini, lo mzalwane uxoxa nasebenza naye.