Umbhalo Waphansi
a Ingabe abantu abashadile kufanele babe nezingane? Uma benquma ukuba nazo, kufanele babe nezingane ezingaki? Bangaziqeqesha kanjani izingane zabo ukuze zithande uJehova futhi zimkhonze? Lesi sihloko sikhuluma ngezibonelo zangosuku lwethu nangezimiso zeBhayibheli ezingasisiza siphendule le mibuzo.