Umbhalo Waphansi
a Lapho sibhekene novivinyo olunzima, singase singacabangi ukuthi ‘siyaphumelela.’ Singase sicabange ukuthi igama elithi ukuphumelela lingasebenza kuphela lapho uvivinyo seluphelile. Kodwa izinto ezenzeka ekuphileni kukaJosefa zisifundisa isifundo esibalulekile—esiwukuthi uJehova angasisiza siphumelele ngisho nalapho sixakwe uvivinyo. Lesi sihloko sizochaza ukuthi angasisiza kanjani.