Umbhalo Waphansi
c AmaVangeli akhuluma ngezimangaliso ezenziwa uJesu ezingaphezu kuka-30. Ngaphezu kwalokho, wayenza izimangaliso eziningana ngesikhathi esisodwa, kodwa iBhayibheli alikhulumi ngesimangaliso ngasinye. Ngelinye ilanga, “lonke idolobha” lafika kuye, “welapha abaningi ababephethwe izifo.”—Marku 1:32-34.