Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • ll ingxenye 1 kk. 4-5
  • Simlalela Kanjani UNkulunkulu?

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Simlalela Kanjani UNkulunkulu?
  • Lalela UNkulunkulu Uphile Phakade
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Ingxenye 1
    Lalela UNkulunkulu
  • Ingabe Uyomlalela UNkulunkulu?
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-1982
  • Izimpendulo Zemibuzo YeBhayibheli
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-2015
  • Izimpendulo Zemibuzo YeBhayibheli
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-2013
Bheka Okunye
Lalela UNkulunkulu Uphile Phakade
ll ingxenye 1 kk. 4-5

INGXENYE 1

Simlalela Kanjani UNkulunkulu?

UNkulunkulu ukhuluma nathi ngeBhayibheli. 2 Thimothewu 3:16

Esesihlalweni sakhe sobukhosi, uJehova wasebenzisa amadoda ukuba abhale iBhayibheli

UNkulunkulu weqiniso waqondisa abantu ukuba babhale phansi imicabango yakhe encwadini eyodwa engcwele. Leyo ncwadi iBhayibheli. Linezinto ezibalulekile uNkulunkulu afuna uzazi.

UNkulunkulu uyazi ukuthi yini esilungele futhi konke ukuhlakanipha kuvela kuye. Uma umlalela, uzohlakanipha ngempela. —IzAga 1:5.

IBhayibheli ngezilimi eziningi; indoda ifunda iBhayibheli ngolimi lwayo

UNkulunkulu ufuna bonke abantu emhlabeni bafunde iBhayibheli. Manje selitholakala ngezilimi eziningi.

Uma ufuna ukulalela uNkulunkulu, kumelwe ufunde iBhayibheli futhi uliqonde.

Abantu yonke indawo bayalalela. Mathewu 28:19

Omunye woFakazi BakaJehova ufundela indoda umbhalo, ube esefunda nayo iBhayibheli

OFakazi BakaJehova bangakusiza uliqonde iBhayibheli.

Bafundisa iqiniso ngoNkulunkulu emhlabeni wonke.

Umhlangano eHholo LoMbuso LoFakazi BakaJehova

Awukhokhi lutho lapho ufundiswa. Ungafunda ngoNkulunkulu naseHholo LoMbuso LoFakazi BakaJehova langakini.

  • Izwi likaNkulunkulu liyiqiniso.—Johane 17:17.

  • Kungani singamethemba uNkulunkulu?—Numeri 23:19.

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela