Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Genesise 45:9
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 9 “Buyelani masinyane kubaba, nithi kuye, ‘Nakhu indodana yakho uJosefa ekushilo: “UNkulunkulu ungimise ukuba ngibe umbusi kulo lonke elaseGibhithe. + Yehlela kimi. Ungalibali. +

  • Genesise 45:11
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 11 Ngizokunika ukudla lapho ngoba kusasele iminyaka emihlanu yendlala. + Uma kungenjalo, wena nendlu yakho nakho konke onakho nizohlupheka.”’

  • Genesise 47:13
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 13 Manje kwakungekho kudla* kulo lonke izwe, ngoba indlala yayinkulu kakhulu, abantu baseGibhithe nabaseKhanani baphelelwa amandla ngenxa yendlala. +

  • Genesise 47:19
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 19 Kungani kufanele sife phambi kwakho, thina nezwe lethu? Sithenge ngokudla thina nezwe lethu, sizoba izigqila zikaFaro izwe lethu libe elakhe. Sinike imbewu ukuze siphile singafi, nezwe lethu lingasali lingenalutho.”

Zulu Publications (1975-2025)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela