Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Duteronomi 15:19
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 19 “Kufanele ungcwelise wonke amazibulo angamaduna emhlanjini wakho wezinkomo nasemhlanjini wakho wezimvu nezimbuzi, uwangcwelisele uJehova uNkulunkulu wakho. + Akukho msebenzi okumele wenziwe ngezibulo lomhlambi wakho wezinkomo,* futhi akumele ugunde izibulo lomhlambi wakho wezimvu nezimbuzi.

  • Duteronomi 15:21
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 21 Kodwa uma linesici—lilunyonga, impumputhe, noma isiphi isici esibi⁠—akumele ulenze umhlatshelo kuJehova uNkulunkulu wakho. +

  • Malaki 1:14
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 14 “Uqalekisiwe umuntu onobuqili, onesilwane seduna emhlanjini wakhe, kodwa enze isifungo amhlabele okunesici* uJehova. Ngoba mina ngiyiNkosi enkulu,” + kusho uJehova wamabutho, “igama lami liyosabeka phakathi kwezizwe.” +

Zulu Publications (1975-2025)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela