-
Levitikusi 25:26, 27IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
26 Uma umuntu engenamuntu ozomhlenga, kodwa acebe futhi abe nawo amandla okulihlenga, 27 kufanele abale inani lalo leminyaka kusukela alithengisa bese ekhokha inani elisalayo kumuntu amthengisela lona. Usengabuyela ezweni eliyifa lakhe. +
-