-
Numeri 25:7, 8IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
7 Lapho uFinehasi + indodana ka-Eleyazare indodana ka-Aroni umpristi ebona lokhu, wasukuma ngokushesha phakathi kwenhlangano wathatha umkhonto.* 8 Wayilandela le ndoda yakwa-Israyeli wangena etendeni, wababhokoda ngomkhonto bobabili, umkhonto waphumela ngale, wabhokoda le ndoda yakwa-Israyeli nowesifazane ezithweni zakhe zangasese. Ngemva kwalokho isishayo sanqamuka + kuma-Israyeli.
-