-
Joshuwa 22:7, 8IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
7 UMose wayenike uhhafu wesizwe sakwaManase ifa eBhashani, + omunye uhhafu wesizwe uJoshuwa wawunika izwe ohlangothini olusentshonalanga yeJordani + kanye nabafowabo. Ngaphezu kwalokho, lapho uJoshuwa ebakhulula ukuba baye ematendeni abo, wababusisa 8 wathi kubo: “Buyelani ematendeni enu nengcebo eningi, nemfuyo eningi, nesiliva negolide, nethusi nensimbi kanye nezingubo eziningi. + Thathani ingxenye yenu yempango + yezitha zenu kubafowenu.”
-