Joshuwa 15:1 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 15 Izwe elabelwa *+ imindeni yesizwe sakwaJuda lafinyelela emngceleni wakwa-Edomi, + ihlane laseZini, kuya eNegebhi emkhawulweni wayo oseningizimu. Joshuwa 16:1 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 16 Izwe elatholwa inzalo kaJosefa + ngenkatho *+ lalisuka eJordani eJeriko liye emanzini asempumalanga yeJeriko, linqamule ihlane elisuka eJeriko liye ezintabeni zaseBhethele. + Joshuwa 18:11 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 11 Kwabe sekwenziwa inkatho yesizwe sakwaBhenjamini ngokwemindeni yaso, sathola indawo eyayiphakathi kwesizwe sakwaJuda + nesizwe sakwaJosefa. +
15 Izwe elabelwa *+ imindeni yesizwe sakwaJuda lafinyelela emngceleni wakwa-Edomi, + ihlane laseZini, kuya eNegebhi emkhawulweni wayo oseningizimu.
16 Izwe elatholwa inzalo kaJosefa + ngenkatho *+ lalisuka eJordani eJeriko liye emanzini asempumalanga yeJeriko, linqamule ihlane elisuka eJeriko liye ezintabeni zaseBhethele. +
11 Kwabe sekwenziwa inkatho yesizwe sakwaBhenjamini ngokwemindeni yaso, sathola indawo eyayiphakathi kwesizwe sakwaJuda + nesizwe sakwaJosefa. +