-
Duteronomi 4:38IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
38 Waxosha phambi kwenu izizwe ezinkulu nezinamandla kunani, ukuze aningenise, aninike izwe lazo njengefa njengoba kunjalo namuhla. +
-
-
Joshuwa 14:1IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
14 Yileli ifa elathathwa ama-Israyeli ezweni laseKhanani, lelo u-Eleyazare umpristi noJoshuwa indodana kaNuni kanye nezinhloko zemindeni yoyise yezizwe zakwa-Israyeli abawanika lona laba yifa lawo. +
-