Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Duteronomi 3:16, 17
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 16 AbakwaRubeni nabakwaGadi + ngibanike indawo esukela eGileyadi kuye eSigodini Sase-Arinoni,* inkaba yesigodi yaba umngcele, futhi kuze kufike eJabhoki, isigodi esiwumngcele wabakwa-Amoni, 17 ne-Araba neJordani nomngcele, kusukela eKhinereti kuya oLwandle Lwase-Araba, uLwandle Lukasawoti,* phansi ezindaweni ezehlelayo zasePhisiga ngasempumalanga. +

  • Joshuwa 11:1, 2
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 11 Kwathi nje lapho uJabini inkosi yaseHazori ezwa ngakho, wathumela umyalezo kuJobabi inkosi yaseMadoni + nasenkosini yaseShimroni, enkosini yase-Akishafu, + 2 emakhosini ayesezintabeni ezisenyakatho, kulawo ayesemathafeni* aseningizimu yeKhinereti, nakulawo ayeseShefela nasezindaweni ezigudle izintaba zaseDori + entshonalanga,

  • Luka 5:1
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 5 Ngesinye isikhathi lapho isixuku simxinile, silalele izwi likaNkulunkulu, wayemi ngasechibini laseGenesaretha. *+

  • Johane 6:1
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 6 Ngemva kwalokhu uJesu waya ngaphesheya koLwandle LwaseGalile, olubizwa nangokuthi oLwaseThibheriya. +

Zulu Publications (1975-2025)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela