-
Duteronomi 19:4, 5IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
4 “Nakhu okufanele kwenzeke ngombulali ongase abalekele khona ukuze aphile: Lapho eshaya umuntu wakubo engahlosile futhi ayengamzondi ngaphambili; + 5 njengalapho ehamba nomuntu wakubo beya ehlathini beyotheza, afike aphakamise imbazo ngesandla ukuze agawule isihlahla, kodwa insimbi ibhoncuke emphinini iyoshaya umuntu wakubo afe, umbulali kufanele abalekele kwelinye lala madolobha ukuze aphile. +
-