Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Eksodusi 21:12, 13
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 12 “Oshaya umuntu aze afe kumele abulawe. + 13 Kodwa uma lokho ekwenza engahlosile futhi uNkulunkulu weqiniso ekuvumela ukuba kwenzeke, ngizobeka indawo angabalekela kuyo. +

  • Duteronomi 19:4, 5
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 4 “Nakhu okufanele kwenzeke ngombulali ongase abalekele khona ukuze aphile: Lapho eshaya umuntu wakubo engahlosile futhi ayengamzondi ngaphambili; + 5 njengalapho ehamba nomuntu wakubo beya ehlathini beyotheza, afike aphakamise imbazo ngesandla ukuze agawule isihlahla, kodwa insimbi ibhoncuke emphinini iyoshaya umuntu wakubo afe, umbulali kufanele abalekele kwelinye lala madolobha ukuze aphile. +

  • Joshuwa 20:2, 3
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 2 “Khuluma nama-Israyeli, uthi: ‘Zikhetheleni amadolobha esiphephelo + engakhuluma ngawo kini ngoMose, 3 ukuze uma kukhona obulala umuntu* engahlosile noma ngephutha* abalekele khona. Ayoba isiphephelo kini kumuntu ophindiselela umufi. +

Zulu Publications (1975-2025)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela