Eksodusi 13:2 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 2 “Ngingcwelisele* wonke amazibulo esilisa* phakathi kwama-Israyeli. Umuntu wesilisa nesilwane seduna okuzozalwa kuqala, kungokwami.” + Numeri 18:15 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 15 “Wonke amazibulo ayo yonke into ephilayo + ayowaletha kuJehova, kungakhathaliseki ukuthi umuntu noma isilwane, kufanele abe ngawakho. Nokho, kufanele nakanjani uwahlenge amazibulo abantu, + namazibulo ezilwane ezingcolile kufanele uwahlenge. +
2 “Ngingcwelisele* wonke amazibulo esilisa* phakathi kwama-Israyeli. Umuntu wesilisa nesilwane seduna okuzozalwa kuqala, kungokwami.” +
15 “Wonke amazibulo ayo yonke into ephilayo + ayowaletha kuJehova, kungakhathaliseki ukuthi umuntu noma isilwane, kufanele abe ngawakho. Nokho, kufanele nakanjani uwahlenge amazibulo abantu, + namazibulo ezilwane ezingcolile kufanele uwahlenge. +