Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Numeri 7:6-9
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 6 Ngakho uMose wazamukela izinqola nezinkomo, wazinika amaLevi. 7 Izinqola ezimbili nezinkomo ezine wazinika amadodana kaGereshoni ngokwalokho okwakudingeka emisebenzini yawo; + 8 izinqola ezine nezinkomo ezingu-8 wazinika amadodana kaMerari ngokwalokho okwakudingeka emisebenzini yawo, eqondiswa u-Itamari indodana ka-Aroni umpristi. + 9 Kodwa amadodana kaKohati akawanikanga lutho ngoba imisebenzi yawo yayihilela inkonzo yendawo engcwele, + futhi ayethwala izinto ezingcwele emahlombe awo. +

  • 1 IziKronike 15:2
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 2 Kungaleso sikhathi lapho uDavide athi khona: “Akekho okumele athwale uMphongolo kaNkulunkulu weqiniso ngaphandle kwamaLevi, ngoba yiwo uJehova awakhethele ukuthwala uMphongolo kaJehova nokuba amkhonze njalo.” +

Zulu Publications (1975-2025)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela