-
2 Samuweli 6:6, 7IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
6 Kodwa lapho befika esibuyeni sikaNakoni, u-Uza welula isandla sakhe wabamba uMphongolo kaNkulunkulu weqiniso, + ngoba izinkomo zacishe zawuwisa. 7 Ngenxa yalokho uJehova wamthukuthelela kakhulu u-Uza, uNkulunkulu weqiniso wambulala + khona lapho ngenxa yesenzo sakhe sokungabi nanhlonipho, + wafela khona lapho eceleni koMphongolo kaNkulunkulu weqiniso.
-