-
Eksodusi 26:37IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
37 Nizokwenzela ikhethini* izinsika ezinhlanu zomtholo nizinameke ngegolide. Amahhuku azo kufanele kube awegolide futhi nizozibumbela izisekelo zethusi ezinhlanu ezinezimbobo.
-
-
Eksodusi 36:38IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
38 nezinsika zalo ezinhlanu namahhuku azo. Wanameka ngegolide ingaphezulu lazo nezinto zazo zokubopha,* kodwa izisekelo zazo ezinhlanu ezinezimbobo zazingezethusi.
-