-
Genesise 46:2IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
2 Ngemva kwalokho uNkulunkulu wakhuluma no-Israyeli embonweni ebusuku wathi: “Jakobe, Jakobe!” yena wathi: “Ngilapha!”
-
-
Eksodusi 24:9-11IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
9 UMose no-Aroni, uNadabi no-Abhihu namadoda amadala akwa-Israyeli angu-70 bakhuphuka, 10 bambona uNkulunkulu ka-Israyeli. + Ngaphansi kwezinyawo zakhe kwakukhona okunjengendawo eyenziwe ngesafire, kuhlanzeke njengamazulu uqobo lwawo. + 11 Akawalimazanga amadoda aholayo akwa-Israyeli + futhi abona umbono kaNkulunkulu weqiniso, adla aphuza.
-