Genesise 29:35 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 35 Waphinda futhi wakhulelwa wazala indodana wayesethi: “Kulokhu ngizomdumisa uJehova.” Ngakho wayiqamba ngokuthi uJuda.* + Ngemva kwalokho akabange esazala. Genesise 46:12 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 12 Amadodana kaJuda + kwakungu-Eri, u-Onani, uShela, + uPherezi + noZera. + Nokho, u-Eri no-Onani bafela ezweni laseKhanani. + Amadodana kaPherezi kwaba uHezironi noHamule. +
35 Waphinda futhi wakhulelwa wazala indodana wayesethi: “Kulokhu ngizomdumisa uJehova.” Ngakho wayiqamba ngokuthi uJuda.* + Ngemva kwalokho akabange esazala.
12 Amadodana kaJuda + kwakungu-Eri, u-Onani, uShela, + uPherezi + noZera. + Nokho, u-Eri no-Onani bafela ezweni laseKhanani. + Amadodana kaPherezi kwaba uHezironi noHamule. +