2 UJuda wayibona lapho indodakazi yomKhanani + othile, ogama lakhe kwakunguShuwa. Ngakho wayithatha walala nayo, 3 yakhulelwa. Kamuva yazala indodana, wayiqamba ngokuthi u-Eri. + 4 Yaphinda futhi yakhulelwa yazala indodana, wayiqamba ngokuthi u-Onani.