Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • 1 IziKronike 28:9
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 9 “Wena Solomoni ndodana yami, yazi uNkulunkulu kayihlo futhi umkhonze ngenhliziyo ephelele *+ nangomphefumulo* ojabulayo,* ngoba uJehova uhlola zonke izinhliziyo, + futhi uqonda yonke imicabango nezifiso. + Uma umfuna, uyomthola, + kodwa uma umshiya, uyokulahla kuze kube phakade. +

  • 2 IziKronike 15:2
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 2 Ngakho waphuma wayohlangana no-Asa wathi kuye: “O Asa nawo wonke uJuda noBhenjamini, ngizweni! UJehova unani uma nje nina niqhubeka ninaye; + uma nimfuna, niyomthola, + kodwa uma nimshiya naye uyonishiya. +

  • 2 IziKronike 24:20
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 20 Umoya kaNkulunkulu wafikela* uZakariya indodana kaJehoyada + umpristi, wama phambi kwabantu wathi kubo: “Yilokhu uNkulunkulu weqiniso akushoyo, ‘Kungani nephula imiyalo kaJehova? Ngeke niphumelele! Ngenxa yokuthi nimlahlile uJehova, naye uzonilahla.’ ” +

Zulu Publications (1975-2025)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela