9 UNehemiya owayengundunankulu ngaleso sikhathi, u-Ezra + umpristi nomkopishi kanye namaLevi ayefundisa abantu, bathi kubo bonke abantu: “Lolu suku lungcwele kuJehova uNkulunkulu wenu. + Ningadabuki noma nikhale.” Ngoba bonke abantu babekhala njengoba bezwa amazwi oMthetho.