Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Genesise 6:2
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 2 amadodana kaNkulunkulu weqiniso* + aqaphela ukuthi amadodakazi abantu ayemahle. Ngakho azithathela wona aba abafazi bawo, wonke lawo ayewakhetha.

  • Duteronomi 33:2
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 2 Wathi:

      “UJehova—weza evela eSinayi, +

      Wakhanya phezu kwabo eseSeyiri.

      Wakhanya ngenkazimulo esesifundeni esinezintaba sasePharanu, +

      Kwakukhona amashumi ezinkulungwane ezingcwele kanye naye, +

      Esandleni sakhe sokudla kukhona amaqhawe akhe. +

  • Jobe 38:7
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    •  7 Lapho izinkanyezi zasekuseni + zikhamuluka kanyekanye ngenjabulo,

      Nawo wonke amadodana kaNkulunkulu *+ eqala ukumemeza ehalalisa?

Zulu Publications (1975-2025)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela