-
2 Samuweli 16:5-7IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
5 Lapho iNkosi uDavide ifika eBhahurimi, kwaphuma umuntu womndeni wendlu kaSawule, uShimeyi + indodana kaGera, wayithuka inkosi njengoba esondela. + 6 Wayejikijela uDavide nazo zonke izinceku zeNkosi uDavide ngamatshe, nabo bonke abantu namadoda angamaqhawe ayengakwesokudla nangakwesobunxele sakhe. 7 Yilokhu uShimeyi ayekusho njengoba ethuka inkosi: “Hamba la, hamba, wena muntu onecala legazi, le nto engelusizo lwalutho!
-