14 Ngaso leso sikhathi uDavide wathi kuzo zonke izinceku zakhe ezazinaye eJerusalema: “Sukumani sibaleke, + ngoba akekho noyedwa kithi ozophunyuka ku-Absalomu! Sheshani, ngoba angase asheshe asifice bese esilethela inhlekelele, ahlasele leli dolobha ngenkemba!” +