Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • 2 Samuweli 17:23
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 23 Lapho u-Ahithofeli ebona ukuthi kwakungenziwanga ngokuvumelana neseluleko sakhe, wagibela imbongolo wahamba waya emzini wakhe edolobheni lakubo. + Ngemva kokunikeza umndeni wakhe iziyalezo, + wazilengisa* wafa. + Ngakho wangcwatshwa emathuneni okhokho bakhe.

  • 2 Samuweli 18:14
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 14 UJowabe waphendula wathi: “Ngeke ngilokhu ngizichithela isikhathi ngawe!” Ngakho wathatha imikhonto* emithathu ngesandla sakhe wagwaza ngayo u-Absalomu esifubeni* esaphila ephakathi kwamagatsha esihlahla esikhulu.

  • IHubo 109:15
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 15 Kwangathi uJehova angahlale ekukhumbula abakwenzile;

      Kwangathi angakuqeda ukukhunjulwa kwabo emhlabeni. +

  • Mathewu 27:3
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 3 Lapho uJuda, owayemkhaphele, ebona ukuthi uJesu ulahliwe, wazisola wabuyisela izinhlamvu zesiliva ezingu-30 kubapristi abakhulu namadoda amadala, +

  • Mathewu 27:5
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 5 Ngakho waphonsa lezo zinhlamvu zesiliva ethempelini, wasuka wahamba. Wabe eseyozilengisa. +

  • IzEnzo 1:16
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 16 “Madoda, bafowethu, ngoDavide umoya ongcwele washo isiprofetho esimayelana noJuda, kwakudingekile ukuba lowo mBhalo ugcwaliseke. + Lowo Juda nguye owayehola labo ababopha uJesu. +

  • IzEnzo 1:18
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 18 (Ngakho yena kanye lo muntu wathenga isiganga ngenkokhelo yokungalungi, + lapho ewa ngekhanda umzimba wakhe waqhuma,* wonke amathumbu akhe achitheka. +

Zulu Publications (1975-2025)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela