Genesise 15:1 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 15 Ngemva kwalokhu izwi likaJehova lafika ku-Abrama embonweni, lathi: “Ungesabi, + Abrama. Ngiyihawu lakho. + Umvuzo wakho uyoba mkhulu kakhulu.” + Duteronomi 33:29 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 29 Uyajabula, Israyeli! + Ubani onjengawe, +Isizwe esijabulela insindiso kuJehova, +Ihawu lakho elikuvikelayo, +Nenkemba yakho enkulu? Izitha zakho ziyothithibala phambi kwakho, +Futhi wena uyonqoba izindawo zazo eziphakeme.” IHubo 3:3 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 3 Kodwa wena Jehova, uyihawu nxazonke zami, +Uyinkazimulo yami, + uphakamisa ikhanda lami. +
15 Ngemva kwalokhu izwi likaJehova lafika ku-Abrama embonweni, lathi: “Ungesabi, + Abrama. Ngiyihawu lakho. + Umvuzo wakho uyoba mkhulu kakhulu.” +
29 Uyajabula, Israyeli! + Ubani onjengawe, +Isizwe esijabulela insindiso kuJehova, +Ihawu lakho elikuvikelayo, +Nenkemba yakho enkulu? Izitha zakho ziyothithibala phambi kwakho, +Futhi wena uyonqoba izindawo zazo eziphakeme.”