8 Sicindezelwe kakhulu ngazo zonke izindlela, kodwa asivalelekile ekhoneni kangangokuthi asisakwazi nokunyakaza; sididekile, kodwa asibona abangenayo nhlobo indlela yokuphuma; + 9 siyashushiswa, kodwa asilahliwe; + siphonswa phansi, kodwa asishabalali. +