Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • IHubo 45:6
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    •  6 UNkulunkulu uyisihlalo sakho sobukhosi kuze kube phakade naphakade; +

      Intonga* yombuso wakho iyintonga yobuqotho. *+

  • Hezekeli 21:27
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 27 Ngizokwenza kube incithakalo, incithakalo, incithakalo. Ngeke kube okwamuntu aze afike lowo onelungelo elingokomthetho, + ngikunike yena.’ +

  • Daniyeli 7:13, 14
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 13 “Ngaqhubeka ngibhekile emibonweni yasebusuku, futhi bheka! kwakuza kanye namafu amazulu, othile onjengendodana yomuntu; + wathola ilungelo lokungena koMdala Wezinsuku, + bamsondeza phambi kwaKhe. 14 Wanikwa ubukhosi, + udumo + nombuso, ukuze abantu, izizwe nezilimi zimkhonze. + Ubukhosi bakhe bungubukhosi obumi kuze kube phakade obungayikudlula, nombuso wakhe awusoze wachithwa. +

  • IsAmbulo 19:16
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 16 Engutsheni yakhe yangaphandle, yebo, ethangeni lakhe, unegama elibhaliwe, iNkosi yamakhosi noMbusi wababusi. +

Zulu Publications (1975-2025)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela