Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Eksodusi 15:16
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 16 Ukwesaba novalo kuyokwehlela phezu kwabo. +

      Ngenxa yobukhulu bengalo yakho bayokuma banganyakazi njengetshe

      Size sidlule isizwe sakho Jehova,

      Size sidlule isizwe sakho osenzile. +

  • IHubo 76:12
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 12 Uyothobisa abaholi abaqhoshayo;*

      Wenza amakhosi omhlaba esabe.

  • Isaya 2:19
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 19 Abantu bayongena emihumeni yamadwala

      Nasemigodini esemhlabathini, +

      Ngenxa yolaka lukaJehova olwesabekayo

      Nokukhazimula kwakhe okukhulu, +

      Lapho ephakama ukuze athuthumelise umhlaba.

  • Jeremiya 10:10
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 10 Kodwa uJehova unguNkulunkulu ngempela.

      UnguNkulunkulu ophilayo + neNkosi yaphakade. +

      Ngenxa yentukuthelo yakhe umhlaba uyozamazama, +

      Azikho izizwe eziyokwazi ukumelana nentukuthelo yakhe.

Zulu Publications (1975-2025)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela