Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Eksodusi 9:16
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 16 Kodwa ngikugcine ngenxa yaso kanye lesi sizathu: ukuze ngikubonise amandla ami futhi ngenze igama lami limenyezelwe emhlabeni wonke. +

  • Isaya 52:10
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 10 UJehova wembule ingalo yakhe engcwele phambi kwazo zonke izizwe; +

      Yonke imikhawulo yomhlaba iyoyibona insindiso* kaNkulunkulu wethu. +

  • Daniyeli 3:29
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 29 Ngakho ngikhipha umyalo, wokuthi noma yimuphi umuntu, isizwe noma ulimi, osho noma yini embi ngoNkulunkulu kaShadiraki, uMeshaki no-Abhedinego kufanele ahlahlelwe, indlu yakhe kufanele iphendulwe indlu yangasese yomphakathi;* ngoba akekho omunye unkulunkulu okwazi ukukhulula njengalo.” +

  • Daniyeli 6:26, 27
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 26 Ngikhipha umyalo wokuba kuzo zonke izindawo zombuso wami, abantu kumele bathuthumele besabe uNkulunkulu kaDaniyeli. + Ngoba unguNkulunkulu ophilayo nohlala kuze kube phakade. Umbuso wakhe* awusoze wachithwa, nokubusa kwakhe kungokwaphakade. + 27 Uyakhulula, + asindise, enze izibonakaliso nezimangaliso emazulwini nasemhlabeni, + ngoba ukhulule uDaniyeli ezidladleni zamabhubesi.”

Zulu Publications (1975-2025)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela