Eksodusi 14:21 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 21 UMose wabe eselulela isandla sakhe phezu kolwandle; + uJehova wahlehlisa ulwandle ngomoya wasempumalanga onamandla ubusuku bonke, waguqula ulwandle lwaba umhlabathi owomile, + amanzi ahlukana phakathi. + Joshuwa 3:16 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 16 amanzi avela ngenhla ama. Akhuphuka aba yidamu* kude kakhulu e-Adamu, idolobha eliseduze naseZaretani, kuyilapho amanzi ehlela oLwandle Lwase-Araba, uLwandle Lukasawoti,* eqhubeka egeleza. Anqamuka, abantu bawela maqondana neJeriko. IHubo 114:1-3 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 114 Lapho u-Israyeli ephuma eGibhithe, +Indlu kaJakobe iphuma kubantu abakhuluma olunye ulimi, 2 UJuda waba yindawo yaKhe engcwele,U-Israyeli waba ngumbuso waKhe. + 3 Ulwandle lwakubona lokhu lwabaleka; +IJordani labuyela emuva. +
21 UMose wabe eselulela isandla sakhe phezu kolwandle; + uJehova wahlehlisa ulwandle ngomoya wasempumalanga onamandla ubusuku bonke, waguqula ulwandle lwaba umhlabathi owomile, + amanzi ahlukana phakathi. +
16 amanzi avela ngenhla ama. Akhuphuka aba yidamu* kude kakhulu e-Adamu, idolobha eliseduze naseZaretani, kuyilapho amanzi ehlela oLwandle Lwase-Araba, uLwandle Lukasawoti,* eqhubeka egeleza. Anqamuka, abantu bawela maqondana neJeriko.
114 Lapho u-Israyeli ephuma eGibhithe, +Indlu kaJakobe iphuma kubantu abakhuluma olunye ulimi, 2 UJuda waba yindawo yaKhe engcwele,U-Israyeli waba ngumbuso waKhe. + 3 Ulwandle lwakubona lokhu lwabaleka; +IJordani labuyela emuva. +