Eksodusi 19:18 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 18 INtaba iSinayi yashunqa intuthu yonke indawo, ngenxa yokuthi uJehova wehlela phezu kwayo esemlilweni; + intuthu yayo yayilokhu yenyuka njengentuthu kahhonela, yonke intaba yazamazama kakhulu. + 2 Samuweli 22:8 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 8 Umhlaba waqala ukunyakaza nokuzamazama uya emuva naphambili; + Izisekelo zamazulu zandindizela + Zanyakaza ziya emuva naphambili ngoba wayethukuthelisiwe. +
18 INtaba iSinayi yashunqa intuthu yonke indawo, ngenxa yokuthi uJehova wehlela phezu kwayo esemlilweni; + intuthu yayo yayilokhu yenyuka njengentuthu kahhonela, yonke intaba yazamazama kakhulu. +
8 Umhlaba waqala ukunyakaza nokuzamazama uya emuva naphambili; + Izisekelo zamazulu zandindizela + Zanyakaza ziya emuva naphambili ngoba wayethukuthelisiwe. +