Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Eksodusi 34:6
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 6 UJehova wayedlula phambi kwakhe ememeza ethi: “NguJehova, nguJehova, uNkulunkulu onesihe + nozwela, *+ owephuza ukuthukuthela + nochichima uthando oluqotho *+ neqiniso, *+

  • Numeri 14:18
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 18 ‘UJehova, owephuza ukuthukuthela, onothando oluqotho *+ oluchichimayo, oxolela amaphutha neziphambeko, kodwa ongasoze angamjezisi onecala, oletha isijeziso sesiphambeko soyise phezu kwabantwana, phezu kwesizukulwane sesithathu naphezu kwesizukulwane sesine.’ +

  • Nehemiya 9:31
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 31 Ngenxa yesihe sakho esikhulu awuwaqothulanga + noma uwashiye, ngoba wena unguNkulunkulu onozwela* nonesihe. +

Zulu Publications (1975-2025)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela