Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Nehemiya 9:27
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 27 Ngenxa yalokhu wawanikela esandleni sezitha zawo, + ezazilokhu ziwabangela ukucindezeleka. + Kodwa lapho esecindezelekile ayekhala kuwe, wena wawuzwa usemazulwini; ngenxa yesihe sakho esikhulu wawuwanika abasindisi ukuze bawakhulule esandleni sezitha zawo. +

  • Isaya 48:9
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    •  9 Kodwa ngenxa yegama lami ngizoyibamba intukuthelo yami; +

      Ngenxa yodumo lwami ngizozibamba,

      Ngeke ngikubhubhise. +

  • Hezekeli 20:9
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 9 Kodwa ngathatha isinyathelo ngenxa yegama lami ukuze lingangcoliswa phambi kwezizwe ababehlala phakathi kwazo. + Ngoba ngazazisa kubo* phambi kwalezi zizwe lapho ngibakhipha* ezweni laseGibhithe. +

Zulu Publications (1975-2025)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela