Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • 2 IziKronike 16:9
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 9 Amehlo kaJehova aqalaza kuwo wonke umhlaba + ukuze abonise amandla* akhe ngenxa yalabo abanhliziyo yabo iphelele* kuye. + Wenze ngobuwula kulokhu; kusukela manje kuqhubeke kuzoba khona izimpi ngokumelene nawe.” +

  • IzAga 15:3
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    •  3 Amehlo kaJehova akuyo yonke indawo,

      Aqapha ababi nabahle. +

  • Zakariya 4:10
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 10 Ubani odelele usuku lwesiqalo esincane? *+ Ngoba bayojabula babone intambo yokukala enetshe* esandleni sikaZerubhabhele. La mehlo ayisikhombisa angamehlo kaJehova, aqalaza emhlabeni wonke.” +

  • Hebheru 4:13
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 13 Akukho ndalo esithekile emehlweni akhe, + kodwa zonke izinto azifihlekile futhi zisobala emehlweni alowo okumele siziphendulele kuye. +

Zulu Publications (1975-2025)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela