Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • IHubo 77:20
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 20 Abantu bakho wabahola njengomhlambi, +

      Usebenzisa* uMose no-Aroni. +

  • Isaya 40:11
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 11 Iyokwelusa* umhlambi wayo njengomalusi. +

      Ngengalo yayo iyoqoqela ndawonye amawundlu,

      Iwagone esifubeni sayo.

      Izindlezane* iyozihola ngesineke. +

  • Jeremiya 31:10
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 10 Yizwani izwi likaJehova, nina zizwe,

      Nilimemezele eziqhingini ezikude, + nithi:

      “Lowo owahlakaza u-Israyeli uyomqoqa.

      Uyomqapha njengomalusi oqaphe umhlambi wakhe. +

  • Hezekeli 34:12
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 12 Izimvu zami ngizozinakekela njengomalusi othole izimvu zakhe ebezihlakazekile futhi ozondlayo. + Ngizozisindisa kuzo zonke izindawo ebezihlakazekele kuzo ngosuku lwamafu nobumnyama. +

  • 1 Petru 2:25
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 25 Ngoba naninjengezimvu ezidukayo, + kodwa manje senibuyele kumalusi + nombonisi wemiphefumulo yenu.*

Zulu Publications (1975-2025)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela