-
Eksodusi 25:20IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
20 Amakherubi kufanele elulele amaphiko awo phezulu, amboze isivalo ngamaphiko awo + futhi kufanele abhekane. Ubuso bamakherubi kufanele bubheke isivalo.
-
-
Eksodusi 25:22IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
22 Ngiyozibonakalisa lapho kini futhi ngikhulume nani ngingaphezu kwesivalo. + Ngiphakathi kwamakherubi amabili aphezu komphongolo wobuFakazi, ngizonazisa yonke imiyalo okufanele niyidlulisele kuma-Israyeli.
-