Isaya 5:7 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 7 Insimu yamagilebhisi kaJehova wamabutho iyindlu ka-Israyeli; +Abantu bakwaJuda bayinsimu* ayeyithanda. Wayelokhu ethemba ukubona ubulungisa, +Kodwa, bheka! babungekho ubulungisa;Ukuthola ukulunga,Kodwa, bheka! ukukhala ngenxa yokucindezeleka.” + Jeremiya 2:21 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 21 Ngakutshala uyinsimu yamagilebhisi abomvu ekhethelo, + wonke engawembewu enhle;Ngakho wonakale kanjani, washintsha waba amagilebhisi asendle?’ +
7 Insimu yamagilebhisi kaJehova wamabutho iyindlu ka-Israyeli; +Abantu bakwaJuda bayinsimu* ayeyithanda. Wayelokhu ethemba ukubona ubulungisa, +Kodwa, bheka! babungekho ubulungisa;Ukuthola ukulunga,Kodwa, bheka! ukukhala ngenxa yokucindezeleka.” +
21 Ngakutshala uyinsimu yamagilebhisi abomvu ekhethelo, + wonke engawembewu enhle;Ngakho wonakale kanjani, washintsha waba amagilebhisi asendle?’ +