-
Eksodusi 17:6, 7IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
6 Ngizobe ngimi phambi kwakho laphaya edwaleni eHorebe. Kumele ushaye idwala, kuzophuma amanzi kulo, abantu bawaphuze.” + UMose wenza kanjalo phambi kwamadoda amadala akwa-Israyeli. 7 Ngakho waqamba leyo ndawo ngokuthi iMasa *+ neMeriba, *+ ngenxa yokuxabana kwama-Israyeli noMose nangenxa yokuvivinya kwawo uJehova, + ethi: “Ingabe uJehova ukhona phakathi kwethu noma cha?”
-