-
Eksodusi 20:2-5IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
2 “NginguJehova uNkulunkulu wakho, owakukhipha ezweni laseGibhithe, endlini yobugqila. + 3 Akumele ube nabanye onkulunkulu ngaphandle kwami. *+
4 “Ungazenzeli umfanekiso obaziwe nanoma yini efana nento* ephezulu emazulwini noma esemhlabeni noma esemanzini ngaphansi komhlaba. + 5 Ungakukhothameli futhi ungayengelwa ukuba ukukhonze, + ngoba mina Jehova uNkulunkulu wakho, nginguNkulunkulu ofuna abantu bazinikele kuye kuphela, + oletha isijeziso ngenxa yesiphambeko soyise kubantwana, esizukulwaneni sesithathu nesesine salabo abangizondayo,
-