-
1 Samuweli 2:3IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
3 Ningalokhu nikhuluma ngokuzidla,
Ningakhulumi ngokuqhosha;
Ngoba uJehova unguNkulunkulu wolwazi, +
Zonke izenzo zabantu uzibeka esikalini esifanele.
-
-
Hezekeli 28:2IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
2 “Ndodana yomuntu, yithi kumholi weThire, ‘Yilokhu iNkosi EnguMbusi uJehova ekushoyo:
“Ngenxa yokuthi inhliziyo yakho isiyazidla, + ulokhu uthi, ‘Ngingunkulunkulu.
Ngihleli esihlalweni sobukhosi sikankulunkulu emajukujukwini olwandle.’ +
Kodwa ungumuntu nje, awuyena unkulunkulu,
Nakuba enhliziyweni yakho ucabanga ukuthi ungunkulunkulu.
-