Eksodusi 6:3 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 3 Ngangivame ukubonakala ku-Abrahama, u-Isaka noJakobe njengoNkulunkulu uMninimandla Onke, + kodwa igama lami elithi Jehova + angizange ngilembule ngokugcwele kubo. + IHubo 68:4 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 4 Hubelani uNkulunkulu; nidumise* igama lakhe. + Mhlabeleleni Lowo odabula amathafa awugwadule.* NguJah* igama lakhe! + Jabulani phambi kwakhe! Isaya 42:8 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 8 NginguJehova. Yilelo igama lami;Anginiki muntu inkazimulo yami,*Noma izithombe ezibaziwe udumo lwami. + Isaya 54:5 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 5 “Ngoba uMenzi + wakho Omkhulu unjengomyeni wakho, +NguJehova wamabutho igama lakhe,ONgcwele ka-Israyeli unguMhlengi wakho. + Uyobizwa ngokuthi uNkulunkulu wawo wonke umhlaba. +
3 Ngangivame ukubonakala ku-Abrahama, u-Isaka noJakobe njengoNkulunkulu uMninimandla Onke, + kodwa igama lami elithi Jehova + angizange ngilembule ngokugcwele kubo. +
4 Hubelani uNkulunkulu; nidumise* igama lakhe. + Mhlabeleleni Lowo odabula amathafa awugwadule.* NguJah* igama lakhe! + Jabulani phambi kwakhe!
8 NginguJehova. Yilelo igama lami;Anginiki muntu inkazimulo yami,*Noma izithombe ezibaziwe udumo lwami. +
5 “Ngoba uMenzi + wakho Omkhulu unjengomyeni wakho, +NguJehova wamabutho igama lakhe,ONgcwele ka-Israyeli unguMhlengi wakho. + Uyobizwa ngokuthi uNkulunkulu wawo wonke umhlaba. +