Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • IHubo 40:5
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    •  5 Miningi imisebenzi yakho emangalisayo osenzele yona,

      Jehova Nkulunkulu wami,

      Ziningi izinto ozicabangayo ngathi. +

      Akekho noyedwa ongaqhathaniswa nawe; +

      Ukube bengingazama ukulandisa nokukhuluma ngayo,

      Ibiyoba miningi kakhulu ukuba ngingayibala! +

  • IHubo 145:4
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    •  4 Isizukulwane ngesizukulwane siyodumisa imisebenzi yakho;

      Siyolandisa ngezenzo zakho zamandla. +

  • UmShumayeli 3:11
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 11 Wenze konke kwaba kuhle* ngesikhathi sako. + Uze wafaka ngisho nobuphakade ezinhliziyweni zawo; kodwa abantu abasoze bawuthole umsebenzi uNkulunkulu weqiniso awenzile kusukela ekuqaleni kuze kube sekugcineni.

  • IsAmbulo 15:3
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 3 Babecula ingoma kaMose + inceku kaNkulunkulu nengoma yeWundlu, + bethi:

      “Mikhulu iyamangalisa imisebenzi yakho, + Jehova* Nkulunkulu, Mninimandla Onke. + Zilungile futhi ziyiqiniso izindlela zakho, + Nkosi yaphakade. +

Zulu Publications (1975-2025)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela