Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • IHubo 71:18
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 18 O Nkulunkulu, ungangishiyi ngisho nalapho sengigugile ngimpunga. +

      Mangixoxele isizukulwane esizayo ngamandla akho,*

      Ngamandla akho kubo bonke abasazofika. +

  • IzAga 16:31
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 31 Izinwele ezimpunga zingumqhele wobuhle *+

      Lapho zitholwa umuntu ohamba endleleni yokulunga. +

  • Isaya 40:31
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 31 Kodwa labo abathembele kuJehova bayothola amandla kabusha.

      Bayokhuphuka ngamaphiko njengezinkozi. +

      Bayogijima bangaphelelwa amandla;

      Bayohamba bangakhathali.” +

  • Isaya 46:4
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    •  4 Ngiyolokhu ngingofanayo nize niguge; +

      Ngiyoqhubeka nginisekela kuze kube yilapho izinwele zenu sezimpunga.

      Njengoba ngenzile ngizonithwala, nginisekele nginikhulule. +

Zulu Publications (1975-2025)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela