Genesise 18:25 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 25 Kuyinto engacabangeki ukuthi ungenza ngale ndlela, ubulale umuntu olungile kanye nomubi ukuze isiphetho solungile nomubi sifane! + Kuyinto engacabangeki ngawe. + Ubengeke yini umaHluleli womhlaba wonke enze okulungile?” + IzEnzo 17:31 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 31 Ngoba umise usuku ahlose ukwahlulela ngalo + abantu abasemhlabeni ngokulunga ngomuntu ammisile, wamvusa lo muntu kwabafile, ngokwenza kanjalo eqinisekisa bonke abantu ukuthi lolo suku luzofika nakanjani.” +
25 Kuyinto engacabangeki ukuthi ungenza ngale ndlela, ubulale umuntu olungile kanye nomubi ukuze isiphetho solungile nomubi sifane! + Kuyinto engacabangeki ngawe. + Ubengeke yini umaHluleli womhlaba wonke enze okulungile?” +
31 Ngoba umise usuku ahlose ukwahlulela ngalo + abantu abasemhlabeni ngokulunga ngomuntu ammisile, wamvusa lo muntu kwabafile, ngokwenza kanjalo eqinisekisa bonke abantu ukuthi lolo suku luzofika nakanjani.” +