Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • IHubo 10:4
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    •  4 Ngokuqhosha kwakhe, omubi akalwenzi uphenyo;

      Engqondweni yakhe uthi: “Akekho uNkulunkulu.” +

  • IHubo 10:11
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 11 Uthi enhliziyweni yakhe: “UNkulunkulu usekhohliwe. +

      Ufulathelise ubuso bakhe.

      Akwenzeki anake.” +

  • IHubo 73:3
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    •  3 Ngoba ngaba nomona ngabaqhoshayo*

      Lapho ngibona ukuthula kwabantu abakhohlakele. +

  • IHubo 73:11
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 11 Bathi: “UNkulunkulu wazi kanjani? +

      Ingabe oPhezukonke unalo ngempela ulwazi?”

  • Isaya 29:15
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 15 Maye kulabo abajula kakhulu ekufihleleni uJehova amacebo* abo. +

      Izinto abazenzayo bazenza ebumnyameni,

      Kuyilapho bethi: “Ngubani osibonayo?

      Ngubani owaziyo ngathi?” +

Zulu Publications (1975-2025)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela